UMengameli ucele ukuba kukhulekelwe izwe

2015-04-15 12:32

Nairobi – UMengameli waseKenya u-Uhuru Kenyatta usenxuse abantu bakuleliya lizwe ukuba bakhulekele izwe kulandela izehlakalo zobushokobezi.

UMengameli ngoLwesithathu uhlangane namalungu eParliamentary Prayer Fellowship Group eNairobi ecela imithandazo ngezinkinga ezibhekene nezwe.

Funda nalolu daba: Ugwetshiwe owadlwengula izingane eDRC.

UMengameli uKenyatta inxuse le nhlangano kanye nabobonke abantu baseKenya ukuba bathandazele izwe wathi futhi uzoyixhasa imicimbi yale nhlangano.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-18°C Haze. Mild. Pta: 18-32°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 15-26°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 15-30°C Mostly sunny. Warm.
Dbn: 20-24°C Morning clouds. Mild. PE: 14-21°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...