UKabila usengumengameli waseDRC

2011-12-20 11:00

Kinshasa – UMengameli Joseph Kabila waseDemocratic Republic of Congo ulindelwe ukuthi afungwe njengomengameli futhi emuva kokunqoba okhethweni.

Ngesonto elidlule, iNkantolo  Enkulu ivumile ukuthi uKabil, oneminyaka engu-40, uthole u48.95% wevoti, waze lowo obephikisana naye, u-Etienne Tshisekedi wathola u32.33%.

UTshisekedi, oneminyaka engu-79 ubetshele abezindaba wathi uyena onqobile, watshela abezimpi ukuthi uyena ophethe.

INingizimu Afrika, namanye amazwe alindelwe ukuthi bathumele abazobamela ngesikhathi uKabila efungiswa.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- Sapa-DPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-16°C Showers early. More sun than clouds. Cool. Pta: 8-20°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-13°C Mostly sunny. Refreshingly cool. Bloem: 0-12°C Sunny. Cool.
Dbn: 12-21°C More sun than clouds. Refreshingly cool. PE: 11-17°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...