UBozize uphambana nesivumelwano - Amaphekula

2013-02-26 07:30

Bangui - Amavukelambuso aseCentral African Republic asabise ngokuqala impi, esola uMengameli uFrancois Bozize ngokuhluleka ukugcina izethembiso zesivumelwano sangenyanga eyedlule.

UBozize uvumile maphakathi noJanuwari ukuthi uzosungula uhulumeni wobambiswano ezweni ukuze kuphele udlambedlu kuleliya lizwe elicebe ngezimbiwa phansi.

Abamaqembu aphikisayo namalungu enhlangano yamaphekulazikhuni iSeleka abazange bathole zikhundla ezibalulekile kulo hulumeni ngoFebhuwari, kodwa amavukelambuso athi asalinde umengameli adedele iziboshwa aphinde ahlangabezane nezinye izimfuno zabo.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Reuters

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-20°C Morning clouds. Pta: 18-31°C Showery. More sun than clouds. Hot.
Jhb: 16-26°C Thunderstorms. More sun than clouds. Beautiful. Bloem: 14-32°C Morning clouds.
Dbn: 18-19°C Passing showers. Afternoon clouds. Cool. PE: 17-22°C More sun than clouds.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...