UBlair uncome umengameli waseMalawi

2012-08-31 14:07

Johannesburg - Owabe enguNdunankulu waseBrithani uTony Blair usencome uMengameli waseMalawi uJoyce Banda wathi ukuba ngumengameli kwakhe kuletha ithemba nokulangazelela.

UBlair usho kanjena ngesikhathi esohambweni lwakhe lwaseMalawi.

"Lezi yizikhathi zezingqinamba nobunzima, kodwa noma kunjalo likhona ithemba nokulangazelela okukhulu," kusho uBlair ngoLwesine.

"Wonke amathemba aqutshulwa wubuholi obukhonjiswe yiMalawi."

IMalawi iyikhaya kubantu abalinganiselwa ku-14 million kanti ingelinye lamazwe akhungethwe kakhulu yinkemane.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-15°C Numerous showers. Afternoon clouds. Cool. Pta: 3-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 6-18°C Sunny. Mild. Bloem: 5-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 9-27°C Sunny. Warm. PE: 10-22°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...