U-Ouattara ubonge uJonathan

2011-08-02 07:14
Yabelani Shicilela

Abuja - UMengameli wase-Ivory Coast u-Alassane Ouattara uhambele eNigeria ukuyobonga umlingani wakhe uGoodluck Jonathan ngokumeseka ngesikhathi izwe lakhe linezinxushunxushu ezaqubuka emuva kokhetho.

UJonathan nonguSihlalo we-ECOWAS wayelokhu eme ekutheni lowo owayesebuse isikhathi eside e-Ivory Coast uLaurent Gbagbo ahle esikhundleni kulandela ukhetho lwangoNovemba.

"Inhloso yokuba kwami la ukuzokubonga ngokutshengisa i-ECOWAS indlela ekutheni isize ezibhelwini ezaqhamuka emuva kokhetho," kusho u-Ouattara.

La baholi baphinde bakhuluma nangokuqinisa amaxhama ezokuxhumana emazweni abo.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter.

- Sapa - AFP

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-17°C Partly cloudy. Mild. Pta: 5-19°C Sunny. Mild.
Jhb: 3-16°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 1-17°C Sunny. Mild.
Dbn: 12-23°C Sunny. Mild. PE: 11-18°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...