U-Aziz udluliselwe eFrance

2012-10-15 07:28

Nouakchott - Umholi waseMauritania uyiswe phesheya kwezilwandle, eFrance, ukuze ayothola usizo lwezempilo kulandela ukudutshulwa ngamasosha esehlakalweni ekuthiwa kube yiphutha kuso. 

Lesi sigameko senzeke ntambama ngoMgqibelo, nalapho uMengameli Mohamed Ould Abdel Aziz enxuse abantu baseMauritania ukuba behlise amaphaphu, emyalezweni awuthumele esesibhedlela.

Yize iMauritania izinzile kwezombusazwe kusukela u-Abdel Aziz athatha isikhundla ngo-2008, konke kusasezandleni zamaphekulazikhuni e-al-Qaeda nokuthiwa yiwo abusa iSahara Desert.

“Ngifuna ukuqinisekisa wonke umuntu ukuthi ngisesimweni esihle ngemuva kokudutshulwa," kusho u-Abdel Aziz.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Reuters

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kushone 10 kuwa ibhilidi

2014-11-25 12:29
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-21°C More sun than clouds. Mild. Pta: 17-30°C Tstorms late. More sun than clouds. Warm.
Jhb: 14-25°C Showers late. Afternoon clouds. Warm. Bloem: 15-31°C Tstorms late. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-23°C Decreasing cloudiness. Mild. PE: 17-24°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...