Sishubile isimo e-Egypt

2013-01-28 07:20

Cairo - UMengameli wase-Egypt usememezele ukuthi mawahlonzwe njengendawo yesimo esiphuthumayo amadolobha amathathu ezweni kulandela udlame lwangempelasonto, noludlule nempilo yabantu abangu-49.

UMohamed Morsi, nowadla umhlanganiso okhethweni lwangoJuni ngaphansi kweMuslim Brotherhood, wenze lesi simemezelo kuthelevishini kulandela izinsuku ezine zodlambedlu.

IBrotherhood ibilokhu isola uHosni Mubarak ngokusebenzisa lolu hlelo njengemizamo yokucindezela.

“Ngathembisa ngokungenzi izinqumo ezinqala ngaphandle uma ngiphoqelekile, njengakulesi sikhathi nje. Ngimemezela amadolobha i-Ismailia, Suez nePort Said njengezindawo ezikhungethwe wudlame,” kuqhuba uMorsi.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Reuters

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-24°C Sunny. Mild. Pta: 13-30°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 12-24°C Sunny. Mild. Bloem: 12-26°C Showers early. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 19-26°C a mixture of sun and clouds. Mild. PE: 16-19°C a few showers. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...