Sekuyacaca ngoMthethosisekelo waseZimbabwe

2013-01-18 16:07
Yabelani Shicilela

Harare - Abaholi bezombusazwe eZimbabwe, sebefinyelele esivumelwaneni ngoMthethowisiekelo wezwe ekulindeleke ukuthi wethulwe, nekudingidwe ngawo okungenani isikhathi esiyiminyaka emibili.

Izingxoxo bekuzanywa ngazo ukunciphisa amandla anikwe iqembu likaMengameli uRobert Mugabe.

Awukho umbiko ongakanani okhishiwe ngesivumelwano, nokho amaqembu athe izigaba ekade zivusa uhlevane, sezilungiswe kabusha.

Imibiko ithi uMthethosisekelo ungase wethulwe ngenyanga ka-Ephreli.

Umsakazo kahulumeni ucaphune uMugabe esho ukuthi kukhona izinto ezishintshiwe, waphinda wacaphuna ihhovisi likaNdunakulu uMorgan Tsvangirai, lithi ukuguqulwa kabusha koMthethosisekelo, kuyizinkomba zenqubekela phambili ezweni.



 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kulwe abaseNigeria nabaseCameroon

Emizuzwini eyi-10 edlule
Phawula kulolu daba
2 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-20°C High level clouds. Mild. Pta: 8-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-17°C Sunny. Mild. Bloem: 3-17°C Sunny. Cool.
Dbn: 13-23°C Morning clouds. Mild. PE: 12-22°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...