Sekuboshwe owengozi ebulale izintombi

2015-08-30 12:55

Johannesburg – Iphephendaba laseSwazini lithi omunye wabashayeli ababandakanyeke engozini okushone kuyona amantombazane alinganiselwa kwangu-38 useboshiwe.

IThe Times yaseSwazini ibike ukuthi umlisa uvele enkantolo ngecala lobudedengu kanti usagcinwe esitokisini.

Funda nalolu daba: 'Kushone izintombi ziyohlolwa'

Iphephandaba lithe umlisa oneminyaka engu-46 ubudala usebenza ngaphansi kukahulumenii waseSwazini.

Inhlangano yamalungelo abantu kuleliya lizwe, iSwaziland Solidarity Network, ithi sesifinyelele kwabangu-65 kodwa amaphoyisa ayakuchitha lokho njengoba ethi kushone abantu abangu-13 kuphela.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-20°C Showers late. More sun than clouds. Mild. Pta: 11-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-25°C Sunny. Mild. Bloem: 8-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 19-26°C Sunny. Mild. PE: 11-23°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...