Oshayasibhamu bagasele emabhange eNigeria

2012-11-28 07:30

Onitsha - Izigilamkhuba ebezihlome ziyizingovolo ngezibhamu nangeziqhumane zihlasele amabhange amane neziteshi zamaphoyisa ezimbili eningizimu neNigeria, kwashona abayisikhombisa, kusho amaphoyisa ngoLwesibili.

Lesi yisigameko sesibili esiqhakambisa ukungaphephi okukhona eNigeria kulezi zinsuku ezimbili ezedlule.

NgeSonto kwahlaselwa ngebhomu, nokusolwa amavukelambuso angamaSulumane, enkambini yombutho wezempi kwaphinde kwaba neziboshwa ezeqa ejele e-Abuja ngoMsombuluko.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Reuters

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-18°C Mostly sunny. Mild. Pta: 13-30°C High level clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 12-26°C High level clouds. Pleasantly warm. Bloem: 4-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 15-21°C Scattered showers. Increasing cloudiness. Cool. PE: 10-19°C Showers late. More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...