Ongenele usikaPapa 'ungumxazululi'

2013-02-13 10:01
Yabelani Shicilela

Accra - UPeter Turkson, waseGhana nothwelwe ngeqoma kwabazongenela esokuthatha esokuba nguPapa olandelayo, useke wasebenza njengomgcini wokuthula.

UTurkson, 64, oyinhloko yePontifical Council for Justice and Peace ubonwa njengelungu eliwufanele lo msebenzi kulandela indima ayidlala njengomxazululi ngesikhathi kunokhetho eGhana ngo-2008.

Kodwa ukuphuma kwe-video lapho egxeka khona abenkolo yamaSulumane sekumonele okuningi, ngokusho kwabanye.

Kulandela ukumemezela kukaBenedict XVI ukuthi uzobeka phansi izintambo, kube namaphimbo athi uPapa olandelayo kumele aqhamuke e-Afrika.

I-Afrika ino-15% wamaKhatholika kwangu-1.2 billion emhlabeni wonke.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-26°C Sunny. Warm. Pta: 12-21°C Showers early. Mostly cloudy. Mild.
Jhb: 8-18°C Morning clouds. Mild. Bloem: 8-21°C Broken clouds. Mild.
Dbn: 14-22°C More sun than clouds. Mild. PE: 13-23°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...