Ngizobhekana neBoko Haram - Jonathan

2012-06-26 07:20

Abuja - UMengameli waseNigeria uGoodluck Jonathan ufunge wagomela ngokulusukumela udaba lokuhlasela ngokungenamkhawulo kwenhlangano yezihonga, iBoko Haram.

“Amagwala ayizitha zentando yeningi nokuphumelela kweze ayaqhubeka nokuhlasela abantu abangenacala," esho.

IBoko Haram, neyiqembu lamaphekulazikhuni neligcwele kakhulu amaSulumane, isibulale amakhulu abantu kusukela maphakathi no-2009.

“Lokhu kuyangikhathaza kakhulu mina njengomholi wezwe, yikho-ke nje ngithi ngeke ngiphumule kuze kube ngibhekana ngqo nale nkinga."

 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Sapa - AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kushone 10 kuwa ibhilidi

2014-11-25 12:29
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-21°C More sun than clouds. Mild. Pta: 17-30°C Tstorms late. More sun than clouds. Warm.
Jhb: 14-25°C Showers late. Afternoon clouds. Warm. Bloem: 15-31°C Tstorms late. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-23°C Decreasing cloudiness. Mild. PE: 17-24°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...