Ngiyameseka uTraore - Sanogo

2012-09-12 11:10

Bamako - Lowo owayengubhongoza ngesikhathi kuvukelwa uMbuso eMali uthi uyaweseka uhulumeni okhona njengamanje futhi uyameseka uMengameli wesikhashana uDioncounda Traore.

Ngemuva kokuvukelwa koMbuso, nokwashabalalisa amathemba ngomthetho wentando yeningi kuleliya lizwe, uCaptain Amadou Haya Sanogo namalungu ombutho wakhe bazama ukuvimbela izingxoxo zokuzama ukuxazulula izinxushunxushu nokubekwa kukaTraore njengomengameli wesikhashana.

Ngesikhathi enengxoxo nesiteshi sethelevishini ngoMsombuluko, i-ORTM, uSanogo uthe uyameseka uTraore ngendlela alusingethe ngayo udaba lwasenyakatho.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-22°C Morning clouds. Mild. Pta: 13-18°C Numerous showers. More clouds than sun. Mild.
Jhb: 11-15°C Rain showers. High level clouds. Cool. Bloem: 10-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 17-21°C Passing showers. Morning clouds. Cool. PE: 13-18°C a few showers. Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...