Ngeke ngiziphindiselele - Mnangagwa

2014-12-14 08:21

Harare – ISekela likaMengameli Elisha eZimbabwe, u-Emmerson Mnangagwa, uthi ngeke aziphindiselele kulabo abazama ukumsoconga, kubika i-ZBC ngoMgqibelo.

UMnangagwa, ofungiswe ngoLwesihlanu kulandela ukuxoshwa kukaJoice Mujuru, uthe ngeke “amoshe isikhathi” ezama ukuziphindiselela.

OLUNYE UDABA: UMugabe uzogcoba amalungu amasha eKhabhinethi

Uhulumeni kaMengameli Robert Mugabe uthi bekunabathile abafuna ukubulala uMnangagwa, 68, ngokuthi bachelele ushevu ehhovisi lakhe eHarare.

UMnangagwa uthe okwakhe ukuthi aqinisekise ukuthi kunobumbano ezweni.


 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-18°C More clouds than sun. Mild. Pta: 17-32°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 14-27°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 12-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 19-34°C Sunny. Hot. PE: 17-24°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...