Makube zikhindi ngokhetho - Mugabe

2012-10-31 07:31
Yabelani Shicilela

Harare - UMengameli waseZimbabwe uRobert Mugabe uthe ulindele ukuthi lusheshe lubanjwe ukhetho ngonyaka ozayo, ngaphansi koMthethosisekelo omusha, ukuze kuzoqokwa umholi omusha kuphele ngohulumeni wokubambisana ontengayo.

“Inhloso yethu ukubamba ukhetho olunokuthula ngoMashi 2013,” kusho uMugabe ngesikhathi ekhuluma ePhalamende.

Uthe ukhetho olusha "luzobakhulula kuhulumeni wobambiswano" njengoba ethi kunokusebenzisana okuhle phakathi kwakhe nembangi yakhe enkulu uNdunankulu Morgan Tsvangirai.

Lo mholi unxuse abantu baseZimbabwe ukuba bagweme udlame ngaphambi kokhetho.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-18°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild. Pta: 9-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 10-19°C Sunny. Mild. Bloem: 9-23°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 18-29°C High level clouds. Pleasantly warm. PE: 12-19°C Showers late. Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...