Luzoqashwa ngabomvu ukhetho eKenya

2013-01-28 14:06

Nairobi - Isikhulu sesiveze ukuthi ukhetho lwaseKenya ngoMashi luzobe luqashwe ngeso lokhozi ngamazwe omhlaba nezinhlangano zendawo ukuqinisekisa ukuthi alubi nazihibe ezingaholela  ezinxushunxushwini.

Eminyakeni emihlanu eyedlule, ukhetho lobumengameli olungahambanga kahle lwaqubula imibhikisho nodlame lwezigodi, nokwadlula nemiphefumulo yabantu abangu-1 000 kwathi abangu-600 000 babaleka bashiya amakhaya abo.

I-Independent Electoral and Boundaries Commission ngoMsombuluko ithe zingaphezu kuka-1 014 izingqapheli ezizoqhamuka emazweni omhlaba eseziqinisekisiwe, kanti zisemukelwa izicelo zabanye.

UTabitha Mutemi, nongumxhumanisi kule khomishana uthe izingqapheli zizoqinisekisa ukuthi ukhetho alunakwenzelela.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-22°C Sunny. Mild. Pta: 14-29°C Rain late. More clouds than sun. Warm.
Jhb: 11-25°C Numerous showers. High level clouds. Mild. Bloem: 11-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-25°C Mostly sunny. Mild. PE: 15-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...