Luyaqhubeka udlambedlu eDarfur

2012-12-25 14:33
Yabelani Shicilela

Darfur - Amavukelambuso asesifundeni saseSudan, iDarfur asememezele ukuthi asebuyisele ngakuwona ingxenye yedolobha ngemuva kwempi ephele ngokuboshwa kwamanye amanye alimala.

ISudan Liberation Army ithi ibuyisele ngakuyona iGolo, nokuyidolobha elikhulu eJebel Marra ngoMsombuluko ngemuva kokuhilizisana nombutho kahulumeni, kusho okhulumela leli qeqebana u-Ibrahim Al-Hillu etshela i-AFP.

UHillu uthe amavukelambuso athathe izibhamu ezinkulu nezimoto nezinye izinsiza zamasosha.

Okhulumela umbutho wezempi eSudana akatholakalanga ukuba aphawule.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-20°C Sunny. Mild. Pta: 10-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 8-17°C Sunny. Mild. Bloem: 7-16°C Sunny. Cool.
Dbn: 17-24°C Rain late. Morning clouds. Mild. PE: 11-19°C Heavy rain. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...