Luyakhathaza udlame eJonglei

2012-11-27 12:01

Juba - Siyakhula isibalo sabesifazane nezingane ezibulawa odlameni oluseSouth Sudan eJonglei, nolwasuswa ukubhekana ngeziqu zamehlo kwezigodi, kusho umbiko weDoctors Without Borders ngoLwesibili.

"Sekuhlaselwe izinkulungwane zabantu, kwabulawa inqwaba," kusho umbiko weMSF, noqhakambisa ukunyuka kodlame kusukela ngo-2011.

"Izimpilo zabantu baseJonglei zisengcupheni," kusho uChris Lockyear, noyimenenja yeMSF, waxwayisa ngokuthi kusazobheduka olunye udlame.

Lolu dlame lubandakanya nokwebiwa kwezinkomo okwenzeka phakathi kwezigodi eziyizimbangi.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Sapa - AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-24°C Sunny. Mild. Pta: 17-32°C High level clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 14-27°C Morning clouds. Pleasantly warm. Bloem: 15-30°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-24°C Morning clouds. Mild. PE: 16-21°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...