Kweqe iziboshwa eLiberia

2012-10-04 14:04

Monrovia – Abezindaba abangaphansi koMbuso bathi kweqe iziboshwa ezingaphezu kuka-60 ejele laseLiberia.

Izikhulu zithi kutshalwe izikhulu ezithunywe ukuba singashiyitshe lingaphendulwanga ehlathini eliseduze nejele njenhloso yokuphinde kuboshwe lezi zigilamkhuba.

Lesi sigameko senzeke ejele eliqashwe ngeso lokhozi edolobheni iZwedru nelisemngceleni ne-Ivory Coast.

Lesi sifunda siyikhaya lezinkulungwane zabantu base-Ivory Coast ababaleka impi eyaqubuka ngaphambi kokhetho ngo-2010 nango-2011 ezweni labo.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- AP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kubulawe izingane 'kwenziwa umhlatshelo'

Emizuzwini eyi-25 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-22°C Morning clouds. Mild. Pta: 19-33°C Showers early. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 16-27°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 19-29°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 19-31°C Morning clouds. Warm. PE: 20-24°C Heavy rain. Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...