Kwakumele angaboshwa uTaylor - Ijaji

2012-11-26 07:29

Amsterdam - Lowo owayengumengameli waseLiberia uCharles Taylor kwakungamele aboshwe ngenxa yokuthi babungekho ubufakazi obanele obumbophezela emacaleni abekwa wona, kusho ijaji elaliyingxenye yokushushiswa kwakhe likhuluma nephephabhuku elithize.

UJaji Malick Sow ugxeke indlela leli cala elasingathwa ngayo nangemigudu eyaholela ekuthathweni kwesinqumo.

UTaylor, 64, waba ngumengameli wokuqala ukugwetshwa enkantolo yomhlaba ngamacala athinta isizwe kusukela ngecala lamaNazi ngeWorld War 2.

Wagwetshwa iminyaka engu-50 esezikhindini.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Reuters

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Ufuna ukunxeshezelwa osola umakhelwane

Emizuzwini eyi-45 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-16°C Heavy rain. More sun than clouds. Cool. Pta: 12-27°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-23°C Sunny. Mild. Bloem: 10-21°C Showers late. More sun than clouds. Cool.
Dbn: 19-24°C Partly sunny. Mild. PE: 15-23°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...