Kwafa injini kuze kuphahlazeka indiza

2012-06-05 09:15

Lagos - Ukwehluleka kwenjini yikona okwaholela ekuphahlazekeni kwebhanoyi elalithwele abantu abangu-153, eliphahlazeke enhlokodolobha iLagos, eNigeria, kusho isikhulu sezokundiza.

Okwamanje akucacile kahle ukuthi yini eyaholela ekwehlulekeni kwezinjini zendiza iDana Air MD83.

"Bamemezela ukuthi kunomonakalo okhona, bathi izinjini ezimbili azisebenzi," kusho isikhulu kwaNigerian Civil Aviation uHarold Demuren.

Lesi sehlakalo sokushona kwabantu ngale ndlela singesokuqala esikhulu kakhulu eNigeria.

UMengameli wezwe uGoodluck Jonathan uthe izwe lizozila izinsuku ezintathu lizilele abashonile.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-20°C Sunny. Mild. Pta: 2-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-16°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 0-19°C Sunny. Mild.
Dbn: 10-27°C Sunny. Mild. PE: 14-24°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...