Kuzozilelwa abashonile eNigeria

2012-06-04 07:54
Yabelani Shicilela

Abuja - UMengameli waseNigeria uGoodluck Jonathan usememezele ukuthi kuzozilwa izinsuku ezintathu kusukela ngeSonto, kuzilelwe abantu abangu-153 abashone kuphahlazeka ibhanoyi enhlokodolobha iLagos.

UJonathan ukhulume ngeSonto wathi izwe lonke liyakhalisana nemindeni eshonelwe, kusho isitatimende.

"UMengameli uJonathan, uhlehlise yonke imihlangano ekade ezokuba nayo, uthe abahlali bonke kumele bazile isinsuku ezintathu. Ngale kwalokhu ubiza ukuthi kwenziwe uphenyo olunzuku mayelana nengozi," Kuqhuba isitatimende.

 

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-16°C Showers early. More sun than clouds. Cool. Pta: 3-17°C Sunny. Mild.
Jhb: 3-14°C Sunny. Cool. Bloem: 1-15°C Sunny. Cool.
Dbn: 9-25°C Sunny. Mild. PE: 12-20°C Partly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...