Kuzokwethulwa umbiko ngoCharles Taylor

2012-05-16 08:21
Yabelani Shicilela

The Hague - Inkantolo yaseSierra Leone eyesekwe yi-UN emacaleni abhekiswe esizweni izolalela izethulo ngokugwetshwa kukalowo owayehola iLiberia uCharles Taylor.

UTaylor watholwa enecala lokudala udlame olubhekiswe esizweni.

Abashushisi bazophakamisa ukuthi bacabanga ukuthi uTaylor, 64, kumele athole iminyaka engu-80 ebhadla ejele laseBhrithani.

Abammeli bakhe-ke bazimisele ngokulwela ukuthi lesi sigwebo sincishiswe.

"Zombili izinhlangothi zizozama ukwethula izethulo zazo ngethemba lokuzwakala," kusho okhulumela inkantolo uSolomon Moriba etshela i-AFP.

UTaylor kulindeleke ukuba agwetshwe ngoMeyi 30.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-20°C Partly sunny. Mild. Pta: 8-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 10-19°C Sunny. Mild. Bloem: 8-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-26°C Sunny. Mild. PE: 14-24°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...