Kuyisibusiso ukubusa – Mugabe

2013-02-22 07:40

Harare - URobert Mugabe uveze ukuthi unomsebenzi ovela koPhezulu ukuba ahole iZimbabwe, wachiliza imibiko ngesimo sakhe sezempilo, ukusho lokhu egubha usuku lwakhe lokuzalwa.

UMugabe uzilungiselela ukhetho olungase luze noshintsho olungakaze lwabonakala kusukela athatha amatomu ngo-1980.

Idlanzana labantu baseZimbabwe basenethemba lokuthi uMugabe angase adle umhlanganiso kulolu khetho.

Kusukela uMugabe avuma ukubusa ngokubambisana nembangi yakhe enkulu uNdunankulu uMorgan Tsvangirai, umnotho wezwe utshengisa ukusimama kancane.

UMugabe, nokunguyena mholi omdala e-Afrika, usamile kwelokuthi izinkinga zeZimbabwe zingenxa yamazwe aseNtshonalanga afuna ukuyibusa.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Uhulumeni uyaveva ngesenzo se-BBC

Emizuzwini eyi-35 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-25°C Sunny. Mild. Pta: 19-30°C Rain late. Afternoon clouds. Warm.
Jhb: 14-26°C Showers late. Afternoon clouds. Warm. Bloem: 15-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 15-22°C Cloudy. Cool. PE: 15-19°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...