Kuvunguza ushintsho eTunisia

2013-02-07 07:34

Tunis - UNdunankulu waseTunisia uthembise ngokubumba uhulumeni onesidingo kubantu ngaphambi kokhetho, kulandela ukubulawa komholi weqembu eliphikisayo uChokri Belaid, nosekuvuse imibhikisho edlule nezimpilo zabantu.

Ababhikishi abavutha bengabaselwe bakhe unqenqema enkabeni yeTunis ngoLwesithathu base behilizisana namaphoyisa, amanye amaqembu aphikisayo asabisa ngokuhoxa ePhalamende.

Kushone iphoyisa elilodwa ngemuva kokushaywa esifubeni ngezimbokodo, kusho uMnyango wezangaPhakathi.

UNdunankulu uHamadi Jebali uthembise ngokwakha uhulumeni ozoza nesiqalo esisha.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-22°C Sunny. Mild. Pta: 12-26°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 9-20°C Sunny. Mild. Bloem: 9-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 12-18°C Showers early. Decreasing cloudiness. Cool. PE: 11-19°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...