Kuthunjwe uNgqongqoshe

2015-11-04 08:33

Tripoli – Oshayasibhamu bathumbe ungqongqoshe eTripoli, eLibya, kusho iPhalamende ngoLwesibili, lisola iqembu okuthiwa lisebenzisa nongqongqoshe wezangaphakathi.  

IGeneral National Congress (GNC) ithe esitatimendeni iyakugxeka ukuthunjwa kukaMohamad al-Gaddar.

I-GNC Isola lona futhi leli qembu ngokuhlasela amahhovisi alo.

Funda nalolu daba: Ubulewe obanjwe ebaleka neshede

Kwaqubuka izinxushunxushu ezweni laseLibya ngo-Okthoba 2011 ngesikhathi kubulawa uMuammar Gaddafi kuqunjwa phansi nombuso wakhe.

Iqembu elaziwa ngeFajr Libya elilawula iTripoli litshele i-AFP ukuthi uGaddar uthunjwe ngoMsombuluko futhi ubengakadedelwa.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 20-27°C Sunny. Pleasantly warm. Pta: 11-24°C Morning clouds. Mild.
Jhb: 8-20°C Morning clouds. Mild. Bloem: 7-24°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-25°C Mostly sunny. Mild. PE: 16-26°C Sunny. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...