Kuthunjwe owaseFrance eMali

2012-11-21 16:33

Paris - UMengameli waseFrance uFrancois Hollande usekhiphe umbiko othi kuthunjwe umuntu wasezweni lakhe eningizimu nezwe iMali, buqamama nendawo ebuswa ngamaphekula eqembu i-Al Qaida.

"Ngingaqinisekisa ukuthi kuthunjwe umuntu odabuka eFrance, eningizimu neMali....akathunjwanga endaweni edume ngobungozi," kusho uHollande ngoLwesithathu.

UMengameli ukhulume esithangamini sabezindaba nokho wangakhipha umbiko otheni.

Amaphoyisa aseMali athe lona ubehamba yedwa ngoLwesibili ebusuku ngesikhathi ethunjwa edolobheni iDiema.







 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-16°C More sun than clouds. Cool. Pta: 4-19°C Sunny. Mild.
Jhb: 3-15°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 3-16°C High level clouds. Cool.
Dbn: 10-24°C Sunny. Mild. PE: 10-18°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...