Kuthunjwe abasebenzi baseChina eDarfur

2013-01-14 10:02

Khartoum - Amadoda angaziwa abehlomile athumbe abasebenzi abane abangabokudabuka eChina, esifundeni saseSudan iDarfur, kubika iSUNA News Agency ngeSonto.

Izigebengu lezi zithumbe la basebenzi - unjiniyela nabashayeli abathathu - nabanye abahlanu baseSudan abasebenza nabo ngoMgqibelo ngase-al-Fasher, enyakatho neDarfur, nekuthiwa basebenza enkampanini yemigwaqo yaseChina.

Izikhulu ziyazama ukuthola umkhondo ngalokhu.

IChina isebenzisana kakhulu neSudan njengoba kuyilona lizwe elitshale imali eningi kuleli lizwe elicebe ngowoyela ngakho amafemu aseChina ayinala eSudan.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Reuters

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-18°C Morning clouds. Mild. Pta: 4-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 4-16°C Sunny. Cool. Bloem: -2-17°C Sunny. Mild.
Dbn: 8-21°C More sun than clouds. Cool. PE: 11-17°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...