Kuthunjwe abanikela ngosizo eSomalia

2012-07-12 10:03

Mogadishu - Kuthunjwe abasebenzi ababili abanikela ngosizo baseKenya nodokotela waseSomalia enyakatho neSomalia, nokusolwa izigebengu zasolwandle, kusho amaphoyisa.

Lokhu kuthunjwa kwenzeke ngaseGalkayo,.

"Kuthunjwe abasebenzi ababili baseKenya nodokotela waseSomalia, kusaphenywa ngalolu daba," kusho isikhulu samaphoyisa aseGalkayo, u-Adan Warsame etshela i-AFP.

Elinye iphoyisa laseGalkayo, uMohammed Ise Hassan, uthe lokhu kuthunjwa kwenzeke ngoLwesithathu ntambama ngaseBaadweyn.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-26°C Sunny. Warm. Pta: 17-27°C Passing showers. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 12-22°C Rain showers. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 14-27°C Showers late. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-18°C Rain showers. More clouds than sun. Cool. PE: 15-19°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...