Kuthungathwa ababulali bamaphoyisa eKenya

2012-11-14 07:36

Nairobi - Inqwaba yabantu iyabaleka enyakatho ntshonalanga neKenya ngemuva kokuthi umbutho wezokuvikela uqale ukuthungatha labo abeba imfuyo, nokuthiwa basoconge amaphoyisa angu-32.

Abahlaseli abebehlome ngezizenze neziqhumane babulale amaphoyisa ngempelasonto - nokuchazwe njengesigameko esingakaze sabonakala eKenya sokuhlaselwa kwamaphoyisa emlandweni wezwe.

UMengameli waseKenya uMwai Kibaki ngoLwesibili uyalele amaphoyisa namasosha ukuba afune ababulali aze abathole.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Reuters

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-16°C Passing showers. More sun than clouds. Cool. Pta: 14-29°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 13-25°C Mostly sunny. Pleasantly warm. Bloem: 14-24°C Scattered showers. Morning clouds. Mild.
Dbn: 19-26°C Afternoon clouds. Mild. PE: 13-20°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...