Kutholakale inqwaba yezidumbu

2012-09-18 10:03

Nairobi - Sekuvundululwe inqwaba yezidumbu ebezingcwatshwe ndawanathize esifundeni iTana River, eKenya.

Izidumbu zitholakala nje kunempi esiqhubeke amasonto amathathu ephakathi kwamaqembu i Pokomo ne-Orma.

Bangaphezu kwekhulu abantu esekubikwe ukuthi babule njengoba kuqhubeka impi.

"Sithole inqwaba yezidumbu zingwatshwe ndawonye," kusho iphoyisa elicele ukungadalulwa igama.

"Asazi ukuthi ngubani ongcwabe abantu, kubukeka sengathi ziningi ezinye izidumbu ezizothlakala.”

Isikhulu samaphoyisa u-Aggrey Adoli  ukuqinisekisile ukutholalaka kwaleli thuna, uthe izidumbu zizombiwa uma sebethole imvume enkantolo.
 


 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-18°C Morning clouds. Mild. Pta: 10-25°C Sunny. Mild.
Jhb: 7-20°C Sunny. Mild. Bloem: 4-20°C Sunny. Mild.
Dbn: 18-22°C Partly cloudy. Mild. PE: 11-18°C a few tstorms. More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...