Kutholakale amathuna eKenya

2012-09-19 07:21

Mombasa - Kutholakale amathuna anezidumbu ezimbondelene kuwo ngaseTana River kwase kuboshwa abantu abangu-20 ngamacala okubulala eKenya, kusho amaphoyisa.

Lokhu kulandela ukuqubuka kodlame lwezigodi oludlule nemiphefumulo yabantu ababalelwa ku-100 kule nyanga edlule.

Ukunyuka kwezinga lempi kushiye abantu abaningi baseKenya benesiqinisekiso sokuthi lokhu kunogcobho wezepilitiki njengoba kuyiwa okhethweni ngoMashi.

La mathuna atholakale eKilelengwani, nalapho abahlaseli badubula, bagenca bashisa imizi kwashona abantu abangu-38 ngesonto eledlule.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Reuters

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

UZuma uthelekile e-Uganda

2014-12-22 15:30
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-21°C More sun than clouds. Cool. Pta: 18-29°C a few showers. Mostly cloudy. Warm.
Jhb: 15-24°C Passing showers. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 17-29°C More sun than clouds. Warm.
Dbn: 18-32°C Tstorms late. Morning clouds. Warm. PE: 16-24°C Partly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...