Kuteleke abezindiza eMozambique

2012-11-19 10:01

Maputo - Abashayeli bamabhanoyi kanjalo nabasebenzi esikhumulweni sezindiza eMozambique, babeke phansi amathuluzi okusebenza bangena esiyelekeni sosuku olulodwa.

Ukuqala kwesiteleka sekuvimbe amabhanoyi ukuthi aphume noma angene esikhumulweni.

Abashayeli bamabhanoyi akwaLinhas Aerrreas de Mocambique Ltd yibo abangene esitelekeni, abasebenzi batshele izintatheli bathi bafuna ukwenyuselwa amaholo.

Okhulumela inkampani yezindiza uJoao de Abreu uthe zimiswe kusukela ngeSonto izindiza ezihambela eKenya, Tanzania naseZimbabwe.

Abasingathi bezingxoxo phakathi kwenkampani nabasebenzi bathi kufinyelelwe esivumelwaneni ngeSonto ebusuku, okwamanje akukazeki ukuthi sithni isivumelwano leso.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- AP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-22°C Sunny. Mild. Pta: 12-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 8-20°C Sunny. Mild. Bloem: 7-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 14-19°C Showers late. Afternoon clouds. Cool. PE: 12-18°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...