Kushone obedlala amaqanda aluhlaza

2012-12-27 14:31

Tunis - Kushone owesilisa osemncane waseTunisia ngemuva kokuphuma phambili emqhudelwaneni abe nawo nabangani bakhe wokudla amaqanda aluhlaza angu-28, kubika isiteshi somsakazo iShems FM ngoLwesithathu.

UDhaou Fatnassi, 20, waseKairouan, ugwinye amaqanda ngemuva kokubheja nabangani bakhe ngesamba semali esingadalulwanga.

Leli bhungu libe seliqala lilunywa yisisu laphuthunyiswa esibhedlela lafike laphelela khona.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-24°C High level clouds. Mild. Pta: 17-30°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 13-24°C Passing showers. Morning clouds. Mild. Bloem: 15-18°C Rain showers. Broken clouds. Mild.
Dbn: 17-20°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 15-19°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...