Kushone isikhulu saseTanzania kuleli

2014-01-03 11:06

Johannesburg - UNgqongqoshe wezeziMali eTanzania uWilliam Mgimwa ushonele esibhedlela esisePitoli, kusho uhulumeni waseNingizimu Afrika ngoLwesine.

Ushone ngosuku lokuqala lonyaka ngemuva kokwelashelwa ukugula okungadalulwanga, kusho iHhovisi likaMgcinimafa esitatimendeni.

UMgimwa ubehola umkhankaso wokukhulisa umnotho eTanzania kanye nokulwisana nobubha.

Wayengungqondongqondo ekhwakheni ubudlelwane ne-Europe - nakuba lowo mklamo ungakafezekiswa njengoba leliya lizwe kusanezinto elisazilungisa.

UMgimwa ubezohlanganisa iminyaka engu-64 kule nyanga.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-20°C Sunny. Mild. Pta: 9-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 7-23°C Sunny. Mild. Bloem: 6-25°C High level clouds. Mild.
Dbn: 14-24°C Morning clouds. Mild. PE: 12-21°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...