Kushone 9 kubangwa umhlaba eDRC

2012-12-17 15:03

Johannesburg - Kushone abantu abayisishiyagalolunye, okubalwa nengane egencwe yabulawa, ngesikhathi kubangwa amasimi enkabeni yeDemocratic Republic of Congo, kubika iRadio Okapi ngoMsombuluko.

Kulimale inqwaba yabantu kwashiswa nezindlu endaweni esemaphandleni esifundazweni i-Oriental, nesicebe ngedayimane.

Lesi sigameko senzeke ekuseni ngeSonto.

Ukubangwa komhlaba kulesi sifunda kuphenduke kwaba nodlame.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Sapa-DPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-19°C Sunny. Mild. Pta: 9-19°C Mostly sunny. Mild.
Jhb: 6-15°C Sunny. Cool. Bloem: 2-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 10-22°C Sunny. Mild. PE: 10-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...