Kushone 7 isitimela sishayisa ibhasi

2015-03-06 18:36

Cairo – Isitimela sishayise ibhasi ebelithwele izingane zesikole empumalanga yaseGibhithe kwashone abantu abayisikhombisa okuhlanganisa nezingane, ngokusho kwamaphoyisa nabezempilo.

Le nhlekelele yenzeke ngoLwesihlanu ezimpambanweni zikajantshi nomgwaqo wobhuqu eCairo, kusho amaphoyisa.

Ananele ngokuthi ibhasi lihlulekile ukuma kulezi zimpambano labe selitholana phezulu nesitimela ebesihamba ngesivinini.

OLUNYE UDABA: Kushone 6 isitimela sishayisa imoto

Okhulumela ihhovisi likaNgqongqoshe wezeMpilo uHossam Abdel Ghaffar utshele i-AFP ukuthi abantu abangu-26 balimalile kule ngozi, abayisikhombisa baphangalala okuhlanganisa nezingane.

UGhaffar akacacisanga ukuthi zingaki izingane ezishonile kule ngozi.  

       - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

         - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 19-24°C More sun than clouds. Mild. Pta: 20-33°C High level clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 18-29°C High level clouds. Pleasantly warm. Bloem: 18-30°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 21-27°C Morning clouds. Mild. PE: 23-28°C Decreasing cloudiness. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...