Kushone 60 emayini eseDRC

2012-08-16 12:03
Yabelani Shicilela

Kinshasa - Isikhulu saseDemocratic Republic of Congo sithi cishe bangu-60 abantu abashonile kulandela ukubhidlika kodonda emayini yegolide.

UFaustin Drakana Kananga utshele abe-Associated Press ngoLwesine ukuthi kuthathe abatakuli izinsuku ezine ukuba bakwazi ukungena ngaphakathi emayini kulandela isigameko esenzeke ngoMsombuluko ePangoyi.

Le ndawo ilawulwa ngamalungu ombutho wamasosha.

UKananga uthe abavukuzi bebesendaweni engamamitha angu-100 ukuya phansi ngesikhathi kwenzeka lesi sigameko.

ICongo, iyizwe elimaphakathi ne-Afrika, elikhungethwe ububha nakuba licebile ngezimbiwa phansi, lokhu kwenziwa ukuthi liphethwe ngondlovukayiphikiswa kanye nezimpi eziqhubekayo.

Iningi labantu bakuleliya lizwe lizama ukuthola imali yokuziphilisa ngokuthi lenze lo msebenzi wokuvukuza nakuba uyingozi futhi ungekho emthethweni.

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kubulawe 25 eNigeria

2014-04-23 08:09
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-20°C Mostly sunny. Mild. Pta: 11-25°C More sun than clouds. Warm.
Jhb: 11-19°C Showers late. More sun than clouds. Mild. Bloem: 11-19°C Heavy rain. Morning clouds. Mild.
Dbn: 16-22°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 13-16°C Heavy rain. Mostly cloudy. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...