Kushone 35 engozini yebhasi eKenya

2013-02-27 16:29

Nairobi – Okungenani abantu abangu-35 bashonile ngesikhathi kwenzeka ingozi yebhasi empumalanga nezwe iKenya ngoLwesithathu.

Izikhulu zithi umshayeli webhasi uphunyukwe yisitelingi, lashaya ongqimphothwe abathathu.

Okhulumela amaphoyisa uSamuel Kimaru, uthi abantu abangu-11 bashonele endaweni yesehlakalo kwathi abangu-24 bashonela endleleni beyiswa esibhedlela.

Abagibeli bebephuma enhlokodolobha iNairobi, belibangise eGarissa – kukholakala ukuthi bebesondelela ukhetho oluzobanjwa ngoMsombuluko.

Bangaphezu kuka-20 abalimele abangeniswe esibhedlela, kusho uKimaru.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-19°C Rain. Morning clouds. Pleasantly warm. Pta: 18-33°C Mostly sunny.
Jhb: 17-27°C More sun than clouds. Bloem: 16-33°C Rain early. More sun than clouds. .
Dbn: 19-24°C Rain late. More sun than clouds. . PE: 18-22°C Afternoon clouds.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...