Kushone 26 engozini yebhasi eMorocco

2012-07-10 10:03
Yabelani Shicilela

Rabat - Kushone okunganani abantu abangu-26 kwathi abanye abangu-40 balimala ezigamakweni ezimbili ezahlukene zezingozi zamabhasi eMorocco, kusho izikhulu.

Kushone abantu abayishumi kwathi abangu-33 balimala ngesikhathi ibhasi ligingqika eNador, kusho inhlangano yezindaba iMAP.

NgoMsombuluko ebusuku, kushone abantu abangu-16 kwathi inqwaba yalimala engozini eyenzeke eTamanar.

Izingozi zomgwaqo ziyinsakavukela eMorocco, kodwa zibukeka sezinyuke kakhulu njengoba sesikhulile isibalo sabantu abanezimoto.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Reuters

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-20°C High level clouds. Mild. Pta: 10-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 10-18°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 5-22°C More sun than clouds. Mild.
Dbn: 16-23°C Morning clouds. Mild. PE: 14-21°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...