Kushone-17 kuwa ibhilidi eGibhithe

2013-01-16 16:09
Yabelani Shicilela

Cairo - Okungenani abantu abangu-17 bashonile kwathi abanye abayisishiyagalombili balimala ngesikhathi kuwa ibhilidi elinezitezi ezingu-12, edolobheni lase-Alexandria, eGibhithe, kusho izindaba ze-AFP.

Abantu abaningi kubikwa ukuthi bavaleleke ngaphansi, kanti abatakuli basendaweni yesehlakalo.

Abatakuli bahlenge abantu abayishumi, ngesikhathi kuwa leli bhilidi eliyikhaya emindenini engu-24, kusho isikhulu sezokuphepha.

IGibhithe ihlaselwe yizehlakalo eziningi zokuwa kwamabhilisi, lokhu kuthiwa kungumthelela wokungahleli kahle izinto ngesikhathi kwakhiwa.
 


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-18°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild. Pta: 8-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 9-19°C Sunny. Mild. Bloem: 9-23°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 17-29°C High level clouds. Pleasantly warm. PE: 12-20°C Rain late. Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...