Kushone 14 engozini eGibhithe

2013-01-21 16:07

Cairo - Abantu abangu-14 bashonile ngesikhathi kwehla ingozi yomgwaqo kushayisana itekisi neloli ebelithwele abasebenzi, inhlekelele yehle eningizimu nezwe laseGibhithe.

Ingozi yenzeke ngasedolobheni i-Assiut, ngesikhathi umshayeli wetekisi ehluleka ukuyilawula yase ihamba iyoshayisa iloli, kusho isikhulu.

Bangaphezu kuka-12 000 abantu baseGibhithe asebeshonile ezingozini zomgwaqo kungekudala, kusho izibalo zabeWorld Health Organization. 

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-24°C Sunny. Mild. Pta: 5-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 4-18°C Sunny. Mild. Bloem: 2-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 8-22°C Morning clouds. Mild. PE: 12-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...