Kushone 14 empini eNigeria

2012-12-11 12:28

Maiduguri - Amasosha aseNigeria athi kudutshulwe kwabulawa isikhulu samaphoyisa nabanye abangu-14 abasolwa ngokuba nobudlelwane neqembu lamaSulumane elinempi.

Okhulumela umbutho uthe iqembu iBoko Haram libambe impi namaphoyisa namasosha, edolobheni iPotiskum, kusukela ngeSonto ebusuku.

ULieutenant Eli Lazarus uthi abashonile bebephethe amabhomu, beyohlasela isiteshi samaphoyisa.

IBoko Haram kuthiwa isibulale abantu abalinganiselwa ku-770, baseNigeria, kulo nyaka kuphela, kusho abezindaba ze-Associated Press.

Uhulumeni waseNigeria kuthiwa uyehluleka ukulwa nempi eqhubekayo.
 


 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-16°C Rain showers. Decreasing cloudiness. Cool. Pta: 10-27°C High level clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 9-21°C High level clouds. Mild. Bloem: 4-19°C Morning clouds. Mild.
Dbn: 18-22°C Passing showers. Mostly cloudy. Mild. PE: 11-20°C Showers early. More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...