Kushone 12 engozini yesitimela eCairo

2013-01-15 07:36

Cairo - Isitimela sombutho wezempi ebesithwele amasosha asemancane siphume emzileni waso eCairo kwashona abantu abangu-12 kwalimala abangu-96.

Lesi sitimela besisuka enhla ne-Egypt siya eCairo ngesikhathi siphuma kujantshi eGiza, kusho umthombo wezokuvikela.

Abalimele baphuthunyiswe ezibhedlela ezahlukene, kusho uMnyango wezeMpilo esitatimendeni.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Reuters

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-26°C Sunny. Warm. Pta: 17-26°C Heavy rain early. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 12-20°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 14-27°C Showers late. More clouds than sun. Pleasantly warm.
Dbn: 17-18°C Rain showers. More clouds than sun. Cool. PE: 15-20°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...