Kushenxe umshushisi omkhulu e-Egypt

2012-12-18 07:32

Cairo - Lowo ongumshushisi omkhulu e-Egypt ufake incwadi yokusula kwakhe emsebenzini, kungakapheli ngisho inyanga afungiswa nguMengameli Mohammed Morsi.

Uma ukusula kwakhe kwamukelwa, kuzozwela kuMorsi, nobhekene ngeziqu zamehlo nabezobulungiswa kusukela ngenyanga eyedlule.

Inhlangano yezindaba e-Egypt, iMENA ithole le ncwadi yokusula kukaTalaat Abdullah ngoMsombuluko.

Kwaba nombhikisho eCairo nowawukhala ngokuthi ukuqokwa kuka-Abdullah kwaba nomkhoshosho.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- AP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-16°C Sunny. Cool. Pta: 7-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 6-18°C Sunny. Mild. Bloem: -3-17°C Sunny. Mild.
Dbn: 10-22°C Mostly sunny. Mild. PE: 9-19°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...