Kusayinwe isivumelwano ngeDRC

2013-02-25 07:25
Yabelani Shicilela

Addis Ababa - Abaholi bamazwe ase-Afrika basayine isivumelwano esibuyekezwe yi-UN nesibheke ekutheni kuphele udlambedlu lweminyaka engamashumi amabili eDemocratic Republic of Congo.

Kulokhu kubhekwe ukuthi kutshalwe amasosha azolwisana namavukelambuso.

Umbutho wezokuvikela eCongo ulwisana namaphekulazikhuni e-M23, nathatha isifundazwe iNorth Kivu kule mpi esibuyisele izwe empini kwadingeka ukuthi abantu bashiye amakhaya abo.

UNobhala Jikelele we-United Nations uBan Ki-moon, nobekhona kusayindwa isivumelwano e-Ethiopia, e-Addis Ababa, uthe wethemba ukuthi lokhu kuzoletha "ihlandla elisha lokuthula" eDRC.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Reuters

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-23°C Sunny. Mild. Pta: 10-18°C Morning clouds. Mild.
Jhb: 8-14°C Morning clouds. Cool. Bloem: 9-19°C More sun than clouds. Mild.
Dbn: 14-22°C Morning clouds. Mild. PE: 12-24°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...