Kuqokwe undunakulu eCAR

2013-01-17 16:22

Bangui - Ummeli weqembu eliphikisayo eCentral African Republic uNicolas Tiangaye, useqokwe njengoNdunankulu wezwe omusha, kusho uMengameli wezwe uFrancois Bozize.

UBozize wethule lombiko phambi kwabezindaba enhlokodolobha iBangui.

"Kuzoqokwa uNicolas Tiangaye, uTiangaye uyawufuna lo msebenzi. Simufisela inhlanhla," kusho uBozize ngaphambi kokusayinwa kwesivumelwano.

Isivumelwano sithathwe yiqembu elibusayo, amavukela mbuso eSeleka kanye neqembu eliphikisayo.



 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 21-27°C More sun than clouds. Warm. Pta: 15-33°C High level clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 16-30°C High level clouds. Pleasantly warm. Bloem: 18-32°C Widely scattered tstorms. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 21-28°C a mixture of sun and clouds. Warm. PE: 22-26°C Drizzle. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...