Kuqinisekiswe 5 wezivakashi ezibulewe e-Ethiopia

2012-01-18 11:19

Addis Ababa - Izikhulu zase-Ethiopia zithi izivakashi ezine kweziyisihlanu ezibulewe enyakatho mpumalanga naleliya lizwe ngezase-Europe kuthi esesihlanu esase-Australia.

"Amaphekulazikhuni aqeqeshwa aphinde ahlonyiswe nguhulumeni wase-Eritre eqa umngcele ase ayahlasela," kusho okhulumela uhulumeni uBereket Simon etshela i-AFP.

"Okwamanje zisenhlanu izivakashi eziqinisekiswe ukuba zibulewe yila bashokobezi," esho.

Lezi zivakashi zibulawe ngoMsombuluko esifundeni i-Afar ngesikhathi zivakashele lapho kwaba khona nentabamlilo i-Erta Ale.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- Sapa - AFP

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 19-24°C Sunny. Mild. Pta: 11-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 8-24°C Morning clouds. Mild. Bloem: 12-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 15-25°C Mostly sunny. Mild. PE: 17-29°C Sunny. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...