Kulindeleke eminye imibhikisho eCairo

2013-02-01 10:04

Cairo - Abamelene noMengameli wase-Egypt uMohamed Morsi sebephakamise ukuthi kube nemibhikisho emikhulukazi ngoLwesihlanu, nokunyusa ukwesabela kokuthi kungase kuqhubeke ukuchitheka kwegazi.

Izigameko zakulezi zinsuku eziyiskhombisa ezedlule zidlule nempilo yabantu abaningi engakaze yabonwa kusukela uMorsi athatha amatomu.

Imibhikisho emaka iminyaka emibili kwakhishwa ngendluzula esikhundleni uHosni Mubarak isidlule nemiphefumulo yabantu abangu-60 kusukela ngoJanuwari 25.

Abantu bakuleliya lizwe baphikisana nendlela uMorsi enza ngayo izinto nanoMthethosisekelo abathi uvuna kakhulu amaSulumane.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Reuters

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-15°C More sun than clouds. Cool. Pta: 14-27°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 8-20°C Sunny. Mild. Bloem: 2-17°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-21°C More sun than clouds. Cool. PE: 12-18°C Partly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...