Kulimale 10 wamaphoyisa eKenya

2012-10-17 10:00

Mombasa - Kulimale kabi amaphoyisa ayishumi ngesikhathi kuqhuma ibhomu esifundeni esisogwini eKenya ngesikhathi begasele emzini othile, kwashona izigelekeqe ezimbili, kusho amaphoyisa.

"Ngingaqinisekisa ukuthi kulimale kabi amaphoyisa ayishumi," kusho isikhulu samaphoyisa esifundeni u-Aggrey Adoli, etshela i-AFP, egcizelela ngokuthi kungenzeka ukuthi lokhu kuhlasela kuxhumene namaphekulazikhuni eShebab, yaseSomalia.

Uthe amaphoyisa adubule abulala umhlaseli oyedwa kwathi omunye wabulawa yisiqhumane sakhe.

Lokhu kwenzeke eMombasa ngesikhathi egasele emzini ngemuva kokulunywa indlebe, athola izibhamu neziqhumane.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Sapa - AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Iyinkinga eyosifo sofuba esinenkani

Emizuzwini eyi-45 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-24°C Sunny. Mild. Pta: 17-32°C High level clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 14-27°C Morning clouds. Pleasantly warm. Bloem: 15-30°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-24°C Morning clouds. Mild. PE: 16-21°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...